Ngaze ngaphoxeka ey ngimuntu ozaziyo izinto kodwa okungenze izolo - TopicsExpress



          

Ngaze ngaphoxeka ey ngimuntu ozaziyo izinto kodwa okungenze izolo hhayi.ake nginixoxele ngise standard bank epinetown e mall e sanlam centre kunomnyango lo o rawundayo onamaGlass Im sorry angilazi igama lawo in english ngingene ngilandela omunye usistaz ngenze konke ngithi sengiphuma sengiphakaty nawo lomnyango uvele ube locked ngity ngbuyela emuva ngqi ngty ngyaphambili lutho ngity ngiqhweba abangaphakaty abanake lutho bayadlula abantu la phambi komnyango bayahleka lapho sekuty angibhodloze iglass kodwa ngizikhuze kuty ekugcineni ngiqhwebe ngaphakaty angisayinele usisi athi angbeke isandla nangempela ngilubone uphawu lwesandla bese ngisibeka kuvuleke ngphume ngshesha nginamahloni
Posted on: Sat, 02 Nov 2013 09:31:35 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015