Ngenze njalo we admin Isoka lam sajola ngo January nalo.lifika - TopicsExpress



          

Ngenze njalo we admin Isoka lam sajola ngo January nalo.lifika kimi lalino muntu kodwa kuntengantenga othandweni labo,bahlukana within a week coz usisi wayeseqomile n wambamba (usho njalo yena) bekumnandi nje si right engasolisi niks until amaviki ambalwa sengizwa echomela umngani wakhe ngokuthi ukhumbule umkakhe.ngiztshele ukuthi usho mina.naku facebook kubhalwe leyonto.ngi commente nge profile ka mngani ngbuza igama lika makoti,wavele wathi ngizombona ngomshado ongo december.kuyacaca akumina.sahlukana ke naye ngoba ngambuza washo emehlweni vele ukuthi unomuntu o str8 eceleni.nangu ubuyile ulike engincenga sbuyelane,abasajoli naloya sisi,akekho oyofana nam.ngenzenjan bakwethu #Ms_Wellington
Posted on: Thu, 22 Aug 2013 05:03:35 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015