Nisaphila kodwa bangani bami,bengisacela bandla ngikhulekisa - TopicsExpress



          

Nisaphila kodwa bangani bami,bengisacela bandla ngikhulekisa bakwethu ngiyeke utshwala,yazi kule weekend esiphuma kuyona ngibe yihlazo,ihlazo leli lamahlazo,ngisekhaya phambi kobaba,omama,omkhulu no khulu ngiphuza phambi kwabo ngenza izinto eziwumbhedo bebuka,ngendlela amahloni angiphethe ngayo manje uma ngikhumbula,kuthi angikhale ngempela and I thnk kumele ngiphindele khona ekhaya ngiye koxolisa..have a grt evening
Posted on: Tue, 01 Oct 2013 15:50:40 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015