UDube kwathi esezohamba eya empini walungisela umfazi wakhe ipenti - TopicsExpress



          

UDube kwathi esezohamba eya empini walungisela umfazi wakhe ipenti lensimbi walikhiya. Wathatha izikhiye wazinika uNcube umakhelwane wakhe wathi "Ncube uma ubona sekuphele 4yrs ngingabuyile umvule isikhiya coz kobe kusho ukuthi sengafela le empini!" Bavumelana wahamba. Uthe esendleleni wezwa di di di emva kwakhe, mayephenduka nguNcube usejuluke umanzi uyagijima! Wathi "Dube unginike isikhiye esirongo asivuli"
Posted on: Tue, 08 Oct 2013 16:45:13 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015