UNdosi uphethe imali engango 1Million Rands. Athembise ukuth - TopicsExpress



          

UNdosi uphethe imali engango 1Million Rands. Athembise ukuth umanje kungabakhona ongangena kwi swimming pool egcwele izingwenya abhukude aze aphumele ngale, uzomnikeza le million rands. Nangempela abantu bame besabe. Kuthe kusenjalo kwezwakala ((((((((bhuuuuuuu)))))))) phakathi emanzini awuuuuu bamangale abantu ukuth ubanilo onesibindi esingaka. #uMkhize_waseMlazi usebhukudela ukufa nokphila sekze kwadideka nezngwenya zaze zaqhela impela ai abhukude aze ayophuma ngale. Uthe esengaphesheya wezake uNdosi nemali wathi *Mkhize ndoda yamadoda, lemali yakho uyfuna Cash or ifakwe ebhange?* lapho umkhize usekhiphe amehlo abovu engath inkomo aphendule ngephimbo eliqhaqhazelayo ath*Angfune mali yakho mina, ngfuna lenja engphushile* :( :(
Posted on: Thu, 31 Jul 2014 07:45:32 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015