We celebrating june 16 evry year kodwa ubandlululo soze luphele - TopicsExpress



          

We celebrating june 16 evry year kodwa ubandlululo soze luphele isinkwa esimhlope sisedura kakhulu kunesibrown, ingubo emhlophe iwashwa kuqala kunemnyama ,imoto emhlope ihamba ngamasondo amnyama, uma kushadwa kugqokwa ingubo ezimhlope kdwa uma kufiwe zimnyama . Ngisho nakwi table pool uqobo ibhola elimhlope lishaya elimnyama ukuze liye emgodini. Zifuna ukuqaphelwa lezizinto kodwa ngiduduzwa yinto eyodwa qha! Simnyama sinje sishidama ngephepa elimhlope etoilet.
Posted on: Tue, 18 Jun 2013 07:45:10 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015