Yazi kunento abantu abayenzayo,uma - TopicsExpress



          

Yazi kunento abantu abayenzayo,uma uyisdakwa,isgebengu,ufeba,umbulali,drug dealer uskhotheni noma yin embi nje....Bayathula bengasho lutho bajabulele ukukubona usehlathini......Bt once washintsha impilo yakho,wayeka obukwenza wakholwa,waya sontweni,wasindiswa ozozwa sebethi hau usindisiwe wena obuwenza one nd two....baqale bakukhumbuze yo past,bakutshele ukuth awukholwa bewenza u one nd two....bla bla bla....y bebethule usabheda sebekhuluma sewenza okuryt...ABANTU ABAFUNI UKUKUBONA UPHUMELELE,BAFUNA UKUKUBONA UYIHLATHI BASIZAKALE NGAWE.....AY UMUNTU WASE MHLABENI UYOKUMANGAZA SHAME....#KUBALULEKILE UKUZIPHILELA IMPILO ENGANCIKILE KUMUNTU BANGANI...
Posted on: Wed, 30 Jul 2014 12:45:15 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015