Yazi ungathandaza kungenzeki lutho, kodwa lokho akusho ukuthi - TopicsExpress



          

Yazi ungathandaza kungenzeki lutho, kodwa lokho akusho ukuthi uBaba osezulwini akenzi lutho,imvelo yalelizwe iyaphikisana nokukholwa kwethu, ngesikhathi ithi imvelo yezwe akwenzeki lutho,imvelo ka Baba ezulwini ithi unakho ngoba lapho okungenzeki lutho khona uJehova uyasebenza ezintweni ezingenalutho,asifunde ulimi lwasezulwini sikhule ekumazini singene emvelweni nasentandweni yasezweni elingabonwayo enginishumayeza lona ngezikhathi zonke,yebo izwe lesethembiso esimileyo inguna phakade.......JUST LEAN UNTO CHRIST JESUS!......uzophila...
Posted on: Fri, 28 Jun 2013 06:39:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015