Admin nethimba lakho nakhu ngidlala abantu, aningicebise - TopicsExpress



          

Admin nethimba lakho nakhu ngidlala abantu, aningicebise ngseMnambithi ngokhlala. Nginenkinga la ngimisiwe emsebenzini ngo May this year kwathiwa umsebenzi awukho sizobizwa bt namanje kuthule. Ngina 5yrs ngsebenza khona ngyile kwa Labour ngyobuza ukuthi kwenziwa njan maku nje coz akuna income engiytholayo nabezikweletu abazibekile phansi bayafona. U Labour wathi angbuyele khona ngicele bangbuysele emsebenzini noma bangixoshe. Ngbuyelile khona ngakhuluma ne manager namanje ksathule. Ngenze njani ngicela ningicebise ngyazi ngiphumile eshlokweni kodwa usizo ngyaludinga. Ngyabonga
Posted on: Fri, 20 Sep 2013 19:09:35 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015