Bakwethu, ave ngiphoxekile abantu base South Africa abangazi lutho - TopicsExpress



          

Bakwethu, ave ngiphoxekile abantu base South Africa abangazi lutho ngezemidlalo. Uma kudlala iqembu lasekhaya lidlala nelinye lakwelinye izwe, akusebenzi ukuthi mina nawe sihamba namaphi amaqembu ekhaya. Abalandeli beChiefs, hhayi bonke, ikakhulukazi laba abangazi lutho ngebhola, bajabule bafa kuhlulwa iBhakabhaka. Okubi nje lento yabo abakwazanga ngisho ukuyifihla kepha bamane bayenza umgangela. Ngicela abantu bake bafunde futhi bafundiseke ukuthi yini umdlalo bazi futhi nolkuthi kusho ukuthini ukuba umlandeli weqembuembu lakho kanjalo nokuba umlandeli weqembu lesizwe. HHayi kabi!
Posted on: Tue, 12 Nov 2013 10:43:00 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015