Bangene e Mahlongwa restaurant oKhwezi noNduh ba orde amafried - TopicsExpress



          

Bangene e Mahlongwa restaurant oKhwezi noNduh ba orde amafried chips no fish bese behlala phansi. Baqale baxoxe nje izindaba ezongasho lutho bese kuqala uKhwezi athi Khwezi: WeNduh senginesoka Nduh: Wow! Who is the lucky guy? Khwezi: UJustin Mitchell lo esisebenza naye Nduh: Lomfana omncane oyitutor yenu Khwezi: Exactly oeh. Nduh: Tell me you are joking Khwezi: M not really Nduh: Ay ukuthanda izinto oeh! SewunoBen 10 uzowamela amaterms and conditions Akhona? Laphya kudliwa imali yakho kudliwe wena uzogijima nge ryme phansi aqede lapho athole umuntu ongangaye or younger bese uba yini ke wena anti Khwezi. And loko kuzzokwenzeka fast within 2 months nje uzobe ususuthi. Khwezi: Ngiyakuzwa konke loko nami kuke keafika emqondweni but angikwazi ukuphanisha uJustin ngamaphutha abanye oeh. And the fact is ngyamthanda oeh Nduh: Baqinisile Uma bethi uthando olusha luyasanganisa. We oeh uSphiwe ukhona muhle uyasebenza n uyakuthanda oeh and mudala kuwe Ngo 4 years oeh awuqomi ngami yena? Khwezi: Angimthandi Nduh. Ngithanda uJustin. Nduh: We oeh uma ungezwa abantu aseke baba noBen 10 bexoxa girl you dont wanna take that route cos bonke esengike ngababona bonke bakhala esikaNandi bethi kudlaliwe ngabo Khwezi: Bonke laba oxoxa ngabo abamina noBen 10 abadlala ngabo ilabo not uJustin wami. Angiphiki naye angakwenza loko njengoba nosuperman ubengakwenza. Uma kuyocala mngani nhiphelezele siyovula icala ngoba ngimyeke. Lapho uKhwezi wezwa emthanda mawala noNduh uthe ebona loko yashintsha inkulumo Nduh: Ey oeh Uma uhappy m happy too! Uma eke wakuzwisa ubuhlungu he will have me to deal with. Bahleke bobabili. Nduh: Mina ke gee I think uBoyzie is having an affair. Azethukise uKhwezi Khwezi: Ungayisho leyonto oeh yini usolani Amnike Islip saseValue lodge asibuke uKhwezi azisanganise mngani la kuthiwa kwakubookhe wena naye nje? Nduh: That is the thing ke asikaze sibookhe ndawo. Sinomuzi nje. Khwezi: Into yanini le? Nduh: Ngabe nginamanga dear njengoba idate ingabhaliwe nje Khwezi: Confront him weNduh. Mubuze kude uzothola izimpendulo ukuqagela ngeke kusisize. Kukhona yini omsolayo? Nduh: Ngabe nginamanga oeh maybe umuntu nje ahamba naye ngisesibhedlela mina Khwezi: Uke wasesha nakuAnele ukuthi yena akazange asole lutho yini. Nduh: No angimbuzanga. Angithandi acabange ukuthi sinezinkinga sinoBoyzie. Khwezi: Owk ngyabona angaze atshele nomalumekazi. Uma esho njalo uNduh kumsinde ke uKhwezi ukuthi amtshele iqiniso asimze naye ambambathe ngokuthi aboxixa bobabili noBoyzie ngoba izobeka istrain othandweni labo. Kuthi besaxoxa kuqhamuke imoto kaBoyzie ilethe u Anele. Imbeke lapho ezitolo ingamdluliseli eDududu kumxake uNduh ikuthi yini engayi ukuyombeka ekhaya ime iskhashana bese eyehla uAnele baqonde emotweni oKhwezi noNduh. UAnele noBoyzue bethuka kwaphela nasozwaneni bebona uNduh noKhwezi beqhamuka lapho. Babingelelane. Baqhubeke nohambo bahlukane khona lapho
Posted on: Sun, 07 Dec 2014 03:57:53 +0000

Trending Topics




© 2015