DEAR Admin, ngibingelele nakubalandeli baka Zitholele, Ngicela - TopicsExpress



          

DEAR Admin, ngibingelele nakubalandeli baka Zitholele, Ngicela ungifihle angisebenzisi i_account yami yaka Facebook Im using my works Email facility, Yingakho ngicela ukufihlwa. Admin mina ngithanda ukudlulisa ukubonga kuwena yes Im aware that theres quiet a number of admins here, thank you to all of you for doing such a great job in publishing izindaba zethu, anipheli mandla yet aniholi lutho ngalokhu, Id like to think baningi abantu asebe sizakele kulo leli page lakho elihlabahlosile, you guys respect other peoples privacy as well as their identities, nginawo amanye ama pages engikuwona but leli lakho cha impela lihamba phambili, ngiphinde ngibonge or ngibongele nasekeba bhala phambili and baluthola usizo, nani balandeli balayikhaya niyamangaza ngezinhliziyo zenu ezimnene nithathe iskhathi senu impela nibhala nizama ukusiza lo obhalelile onenkinga to me that is something absolutely amazing and ingenza ngiziqhenya kakhulu ukuba owomdabu uma ngihleli nezinye inhlanga coz phela baye bathi thina asithandani as abantu abamnyama ...........yes we will always have abanye abantu abaphuma eceleni as always but that doesnt mean abanalo uthando they do they just have different ways of showing it. NGITHE ake ngibhale impela ngithathe sonke iskhathi sami ngibonge lokhu engihlala ngikubona kwenzeka. Ningapheli mandla bo admin bami abathandekayo.......DANKIE : obhalile uSandile NGCOBO eNAnda ....please let me know when you have published it.
Posted on: Wed, 16 Jul 2014 12:04:22 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015