Do not store up for yourself treasures on earth, where moth and - TopicsExpress



          

Do not store up for yourself treasures on earth, where moth and rust destroy, and where thieves break in and steal. But store up for yourselves treasures in heaven where moth and rust do not destroy, and where thieves do not break in and destroy. For where your treasure is there your heart will be also. The eye is the lamp of the body, if your eyes are good, your whole body will be full of light, but if your eyes are bad your whole body will be full of darkness Mathew 6:19-22. You know these days mawubheka izinto emhlabeni things are happening so fast. Umhlaba ulandula abantu, and abantu babusy nokuzama ukwenza umhlaba ifa labo, but yonke imizamo yabantu iyahluleka, emhlabeni kunamasela okugula, kunamasela, okweswela, kunamasela ezinkinga, kunamasela abefundisi abashumayela amanga, kunamasela abazalwane akhomba indlela njenge board kodwa engahambi kahle phambi kwezwe, kunamasela okuphika uThixo umdali weZulu nomhlaba. we real need elinye ithemba la esingabekelela khona ingcebo yethu, uzama lokhu today kusasa kuyaphunyuka, uyasebenza kanzima uyebelwa, so lezwi elingenhla likubeka clear ukuthi sidinga ukubuyela kumdali wethu, ingcebo yethu ibe kuye. Sidinga amhlo amasha okubuka izinto ngehlo likamoya, ngokubona kwethu nangokucabanga ukuthi sinamehlo abuka kahle, we reap darkness, Jesus is the light over the darkness, sidinga yena kulezinsuku zokugcina, zoba ngukukhanya kwethu kulobumnyama balezinsuku. Amehlo ethu ukuze abe isibani sidinga lokukhanya okungu Jesu. Ukuze sinqobe lamasela ahlasela izimpilo zethu sidinga lomqobi. Without Jesus we are in darkness, and sikhohlisekile. Izinto ziyenzeka manje whether you like it or not, whether uyakholwa or awukholwa strange things are just happening in our lives, where is your Treasure? Where is your hope? Morning bahlobo
Posted on: Tue, 08 Oct 2013 04:40:06 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015