Father we thank you for giving us great life, we thank you LORD - TopicsExpress



          

Father we thank you for giving us great life, we thank you LORD for letting us achieve all that we achieved, nalokho okungenzekangaka siyakubonga Nkosi yethu ngakho ngoba wena uyazi kunini lapho kuzofaneleka khona. Siyabonga kakhulu mvelinqangi,Siyabonga NGOBUKHONA bakho,Uyobe ukhona,uyohlala ekhona. God we thank you ngemndeni yethu emihle, Nabantwana bethu, nemsebenzi osiphe yona, nemali osiphe yona ukuze siphile. Nkosi sicela usiphe uthando omunye nomunye, sithandane njengokusho kwakho. Baba sicela usenze Sikukholwe,Sikuthandisise njengokusho kwakho, Sikukhonze wena wedwa. Siyakubonga Nkulunkulu wethu, Mana nathi Jehova Mqali noMphelelisi wakho konke. Sikubonga kakhulu, uNguye Onguye,Somhlekazi, igama lakho lihle kakhulu, siyabonga siyabonga eGameni likaJesu Amen!
Posted on: Fri, 07 Mar 2014 23:15:11 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015