Fihla Sisi Kunobhudi oposte lana ethi udinga indawo yokufikela - TopicsExpress



          

Fihla Sisi Kunobhudi oposte lana ethi udinga indawo yokufikela useDurban uza eGoli manje mina ngakhuluma naye ngaze ngafa namafeelings naye ethi uthole umsebenzi obhadalayo kwamele aqale kusasa kodwa kanamali yokugibela neyeRent..ngasengiViewer iprof yakhe ngathola kungubhudi oHandsome ethi njalo uSingle uliVirgin ngahle ngathi bamba mlimu.. Ngaqonda ePawnshop nePlasma yami i40inch ngisodinga iCash ngayithengisa R3000 .. Ngaza nayo eFlathini ngabhadala iRent for 2mina naye kunew place eyeR2000 eBedroom ngafaka neR1000 espar kuMoney Tranfer eyeTransport ukuthi makagibele frm Durban to Joburg ahambe esidla ngendlela..manje seloke mfake imali izolo sixoxa ngeWhtsapp ethi uyeza iphone sichimile langeWhtapp ithi last seen 11:08am Yesterday namanje awaDelive lamaMesg wami kuthuli.. Senginestress kuqhubekani ..? Kungabe ngidliwe or uyeza umzulu? #sandy
Posted on: Tue, 10 Sep 2013 08:06:20 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015