GENERATIONS RELOADED (Episode 19) By: Nokuthula Destiny - TopicsExpress



          

GENERATIONS RELOADED (Episode 19) By: Nokuthula Destiny Ngubane Esedlule: is.gd/GenerationsReloaded_18 * * * [Hospital] Noluntu:Yenzeka njani into enje gqirha? I mean uhmm the guy; uhm this friend of mine, hes healthy, u strong . . .Ubukeka e perfect nje. Dr. Xulu:Oh yes wona lawa ama cases angajwayelekile, uma yonke into yenziwe nge procedure efanele. In a sterilized enviroment and wonke ama health factors are taken into consideration to prevent complications akubi nama problems. Noluntu:So ke angenza ntoni ngoku you know, since . . . Dr. Xulu:Well maningi ama options, its not the end of the world njengoba usho umngani wakho ukuthi unesimo esinjengaleso. Kufanele akhulumisane no partner wakhe surely bazowathola ama alternative ways okuthokozisana. Kodwa okwamanje thatha nansi brochure umnikeze afunde nawe uyifunde ukuze umeseke. Noluntu:Oh enkosi Doctor, ndizamnikeza yona. Dr. Xulu:Unenhlanhla ukuba nomngani onjengawe, naye futhi uma edinga ukucaciseleka okuthile angeza e Clinic. Noluntu:Enkosi kakhulu, ndzamxelela. [15h00 Kwa Dlomo] (Bafike o Joe nezinkabi ezimbili, bacabanga ukuthi uBettina uyedwa, usebavulele isango) Joe:Good girl. Bettina:Yes sir. Joe:Now hand over the keys and show me wheres my son! Bettina:Here sir. The room is down the passage. Last door on your left sir. Joe:Tie her up and gag her mouth! (Aphuthume kulelo gumbi, afice uSbusiso eyiphulula ikhanda indodana ka Joe, uphethe nesibhamu) Joe:Hey! Sbusiso:Looking for this? Joe:Let him go! Give me my son, I swear well leave you in peace. I swear. Thats my only son. Please . . . Im begging you. Sbusiso:On one condition, you will never ever harass or threaten Ntombi again? You will leave her alone! Yes, No? Joe:Yes! Yes! Just give me my son, Ill keep my word please. Sbusiso:Mqaqeni Cosmo, utshele neynsizwa zakho to hold their fire. Cosmo:Sho boss. (Bamkhulule umfana, bayophuma ngomnyango) Joe:You know this is not over right? Ntombi will pay Ill make sure of it. Cosmo:Hey . . . (afune ukumshaya) Sbusiso:No no Cosmo myekele ahambe. Joe:Hahahaha You Lose Sibusiso Dlomo! (bahambe) *After 5 minutes* Sbusiso:Finish the job! Cosmo:Wena uwuNkulunkulu wami wasemhlabeni, intando yakho mayenziwe. [Samoras Flat] Zodwa: Awuthi ke ngimkhumule kahle ke hey inhlanhla engaka madoda lena phela insizwa ziphele . . . (athuke) Hhawu shwele Baba! Ngiyavivinywa yini? Ngibonani ngamehlo ami? Kusayikona kodwa uma isincane kangaka imakwabo. Hawu kade ngangibona kodwa okunje angikwazi. Ake ngilayithe ugesi mhlampe angiboni kahle. (awulayithe) Ha! Kwakwenzenjani?! Ayi Ayi Ayi Mhhhhmmm engathi akuhambi kahle la. Kodwa ewu akusekho ukujikela emvakwendlu, ngizozama khona kunje, ithemba alibulali . . . * 4 Hours Later* Zodwa:Angiwachithe lamanzi ayikho lenkukhu, sengizame yonke into akuthi nyaka . . .Sengizimisele kangaka? Sekungaze kubuye uJesu kunini ngizama! Kodwa ngiyamsola uNoluntu, kushuthi wamcupha ukuze kube yindoda yakhe yedwa. Hheyi waze wanomuthi umuntu wesifazane! Uzongitholakahle lo doti angiyona into yokudlala mina. Ohh yeka uNicholas madoda, wayengumabizwasabele ey wawungamqhwebi kabili. Kuyosa nini ngiye kuNoluntu. [Kwa Ruby] Sompisi:Ake unyuse iVolume yomsakazo sekuyisikhathi sezindaba. Ruby:Okay baba kulungile, phuza nali itiye lakho ke. Umsakazi:Libumbene iHora lesine, ezihamba phambili kwezamanje: Sekubheduke esikhulu isibhicongo sengozi yemoto emgaqweni ongenela e OR Tambo International eGoli, kusolakala ukuthi lemoto iqhunyiswe ngebhomu kanti ibithwele abantu abayisihlanu. Amagama alabo ababandakanyeka engozini abengakadalulwa kanti akusindanga noyedwa. Abosizo oluphuthumayo basematasa kanti amaphoyisa athi uphenyo lusaqhubeka . . . Sompisi:Hhawu ingoz enje! [Kwa Dlomo] Sibusiso:Hahahaha usebenzile Cosmo lesiya slima besithi ngizosiyeka nje sihambe? Planting the bomb emotweni yabo was a nice touch. Cosmo:Ngamshishi. #Noluntu_Run!
Posted on: Wed, 29 Oct 2014 17:30:25 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015