Hi admin ngibingelele nabalandeli bepg ngiyaxolisa ukuphuma - TopicsExpress



          

Hi admin ngibingelele nabalandeli bepg ngiyaxolisa ukuphuma esihlokweni kodwa ngicela ukuxwayisa nabanye besfazane abafuna umsebenzi njengami bese ngizitshela ukuthi usizi lwami luphelile izolo ngthola icall coz bengenze iad on gumtree kut ngifuna domestic job wafona umrs wathi ufuna umuntu angize namhlanje ngavuka ngaboleka imali ngahamba uthi ise overport athi masengsuka etwn ngisho nangempela ngmtshele kuthe nje itaxi isizophuma wangfobela sekukhuluma indoda ithi iyathemba ngishefile ai ngavele ngaphuma etaxini ukuba benginemali elingene angazi bengzokwenze njan kuymanje inhliziyo yami ibuhlungu ngoba ngiyawdinga umsebenzi ngthe ngizama ukuyfonela ngibuze ukuth kant kwenzakalani ayisangeni mhlampe ngabe ngifile nje kuymAnje ngyacela bantu siqaphele kona kunzima uma engakhona ongangsiza noma owazi la kuqashwa khona ngiyacela bandla angsize kubi ngicela ungazise uma usupostile ngiyabonga
Posted on: Thu, 04 Sep 2014 09:41:37 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015