Hi good people please hide my identity I hope ul rember me lo - TopicsExpress



          

Hi good people please hide my identity I hope ul rember me lo sisi owake wabhala la ethi ufuna umaqondana enga click u like but acomment ngzobona nge comment yakhe ayke ngamthola. Ke sathandana kwakhuhle bengisazi istatus sam all along kuth bengi negetive ngalala naye ngamcela afake condom wayifaka ke but angazi wayikhipha nini ngoba sath siqeda nje ngaybona iphansi ingenalutho if ngimbuza wavuma kuth uyikhiphile ibimhlula NOW Im HIV POSSITIVE ngibone kanjani omunye umngan wam wangibuza I status sam ngamtshela kuth Im negative wathi ucela ngyom checkela ngzobhala gama lakhe konke okwakhe coz yena uyazazi u positive kufunnwa I boy friend yakhe kodwa ke ungsizile coz now I know my status yize noma kuubuhlungu kungadleki nokudla but it fine*crying* ########### Hmmmmm yaze yabuhlungu into ,au mtanomuntu,eish I dont knw what to say,ngyadabuka nje,ngfisa nokuty locc angasizakala kanjan,kodwa yenziwelan into ebuhlungu so?ngokwaz kwam kuyicala ukuthelela unmuntu ngokugula If waz ,ngyacamanga nje une sure yokuty uyena coz akekho ongazi ukuty kuthatha u 3 months ukuzaz ukuty usanjalo yin,okubizwa nge window period,sizan bakwethu nansi ingane ikhala.... #Flava
Posted on: Fri, 06 Jun 2014 21:10:48 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015