IConcert yeminyaka 2 Noxolo Mpinga Siphon:omg i never see a such - TopicsExpress



          

IConcert yeminyaka 2 Noxolo Mpinga Siphon:omg i never see a such thing chomie Mandla :ukuthi uyaqina chomie kanti ucabanga ukuthi yini kanti lesasiyigibele the time siya a cape town ohh!! Sipho: chomza uyabazi ubumnandi bungivala amehlo mina yazi,ngyacabanga ohh sihambele wena table mountain,wena jele elali boshwe utata ohh!! Mandla:sipho mngani wami sekushoda nje kona siwelele overseas you know!! (phesheya kwelwandle) siyiqedile manje i south Africa darling. Sipho:ngingcono mina nginane diary langibhala khona zonke izinsuku esizike zangehlela ohh. Mandla;ohh darling!! I do have too hey. Sipho : kodwa nje phesheya umuntu nje angeke we can’t afford ohh,i rely need a man who will take care of me hey. Mandla:lisho uliphinde lelo ohh,but isichaka cha ngiyabonga Liyahamba njalo ibhanoyi alimile ,kanti nasethekwini izinto zihamba kahle ,ngoba ziyawa impela nase i ICC(international convension centre)kwazise iyaqala i concert yabo maligamanxa nje elesikhombisa ihora,,kanti naye u nokwazi wayesekulungise konke mayelana nezinhlelo zakhe zokubathumba O mandla no sipho,lapho wayezothumela khona izinkabi zakhe.yahamba yaze yafika ibhanoyi esikhumulweni sezindiza e king shaka airport ,badilika beshaya nje kahle begaxe izikhwama zabo,kwazise bashayela phezulu bafake ama qhok’s,baze bafike lapho kuphumeleka ngaphandle khona,,aqale u mandla athi phela we ohh kuzomele sithole imoto ezosithatha isibekee ICC,no sipho afakaze ngalokho,ngaleso sikhathi babuka ubuhle betheku Sipho:hhayi we ohh kuzomele nje kusasa size olwandle akukwazi phela habe dare Mandla: uqinisile but lokho kuyaphoqa futhi nje uyazi kunephutha esilenzile sipho,you know ukuthi besizoli enjoyer itheku ukube besifike ngemoto yethu . Sipho:uqinisile dear sishaye nje if loopy yoda nje lapho,phela besizohambela izindawo eziningi kabi ohh after concert even though sizobe sikhathele sifa. Angisayiphathike eyokuya kwi ndawo zokubuka izilwane(zoo),mini town lakudlalwa khona,shaka marine world,Hilton hotel,ukhozi fm,sibabone ngamehlo besakaza o sgqemeza ohh ave ngimthanda,,,yoo ohh uyazi ngifuna ukubona lendawo abathi ise pointi ohh!! Mandla:usuyasanganake manje wazi kahle indawo yabadayisayo leyo,mina angiyi nje lapho,futhi kunendawo engiyaziyo if ufuna ukubona abantu ekuthiwa i workshop,,cha uyakhohlwa ohh ukuthi ave siku high level thina what if kuqhamuka izintatheli nje la phela thina siyaziwa siyaziwa kulezindawo zangakithi ko centurion ,nginesiqinisekiso sokuthi nje lezintatheli ziyazana and don’t forget ukuthi we are business women and sisafika nje kulo mkhakha wamabhizinisi ohh!!!.. Sipho:ayi cha uyakhuluma ohh mina bengidlala nje come on!! Mandla:nazi nalezimoto ezipakile lana kuzomele sibuze umuntu..khane nje umuntu ezofika kuvuthondaba lohambo lwethu Sipho: sawubona bhuti Maxi taxi driver:yebo bhuti ninjani Siphon :what ever singayithola imoto ezosithatha isibeke e icc,bese kuzothi futhiphakathi nobusuku sinibize futhi lapho sizobe sesiya e Hilton hoten lapho siyolala khona. Maxi taxi driver: kulungile sis”bhuti ningaletha izikhwama zenu sizonithatha sinibeke Sipho: siyabonga,asambe mandla yekela ukuqalaza sizokubona konke lokhu emini.bagibele,isuke imoto,ithe isahambe nje ibangana elincane,kube khona izinsizwa ezimbili eziyimisayo....mshayeli we maxi taxi::seniyongixolela impela kuzomele ngibathathe sengathi baya lanifuna ukuya ngakhona... Mandla:ohh plz bhuti asiyifuni i croud,labantu abakhona lana mara,akunatsotsi wababamba futhi kuse early ,thina sijahile futhi plz bandla!!1 Maxi taxi driver:angizukuzwa gawe stabane ndini,eyami imoto kungenjalo niyadilika no mngani wakho,inking yakho ukhulumela safuthi nxxx. Mandla:ayi suka mani sqhaza ndini ungangibizi nge stabane mina.. Bangene labo bhuti bamajazi amnyama emotweni,babingelele baqede bazithulele...akazibekile phansi umandla ulokhu e hhomzela esho ukuthi kuzomele bazifuthe nge perfume ,phela nje sebezonuka umuntu ..ihambe njalo imoto kuze kube yisikhathi eside,aqale manje usipho athi i might not know i icc but kumele engabe sesifikile nje kanti kwenzakalani.athathele no mandla :wena ungafika yini ngesikhathi ugibele imoto yeziqhwaga ezinenkani.....maxi taxi driver: ngithe thula sitabane ndini ngingaze ngikuphonse ngempama. Mandla: hawu cha khohlwake ngalapho,unamanga uzongishaya qede wenzeni nginama lawyers ami mina(abameli) ungalala ejele nje mawungenza leyonto. Kugcine sekuthulekile bayabona phela manje ukuthi khona okungasahambi kahle lapho imoto isiyashosholoza ngo mangosuthu high way,yahamba njalo yaze yayongena emahlathini ase woodlands ,,lapho bayasithihla o mandla beno siphon beno mandla ama make up asegcwele ubuso sekuhlangene nezinyembezi,labobhuti bayaxoxa nalo mshayeli kuyakhomba ukuthi bayazana futhi kuya ngenhloso yabo..lapho kuzidlalela ingoma yebhova likadikadika(impumputhe into engaboni idonsa ezinye kanjani,ikhala kuzwe abalekude ,isokhalweni ikhondakhondla ,mana uyabaleka awuphinde amazwi akho mfana wami) bacasuka kwathi abafe o siphon no mandla lapho umshayeli eyidlalela phezulu,ithe nje ima lapho phakathi kwamahlethi behlisa umsindo wemoto,wakhuluma lobhuti omunye,wathi engathi niyehla nina bonondindwa. Mandla: don’t you ever talk those words again shit!!!,nicabanga ukuthi lokukhohlwakala kwenu ngeke yini kubanjwe,othi ngifonele amaphoyisa nje kusemanje lonhuti wamfumba ngesbhakela wawa phansi usuyabhadalake manje ngeke uyenze leyonto sifuna ukunifundisa isifundo namhlanje nina ...labobhuti bobathathu babaphuce o makhala ekhukhwini(cellphones),kwazikhwamana zabo bazithatha bazilayishela emotweni ,wayesethi umshayeli asifune kunenza lutho nina zitabane zenkosi .siniqeda ukuzenza izinto ezingcono ,,benisho kubani ukuthi isqhaza????kumele nizibone ninake ukuthi niyiziqhaza ezinkulu nokukhulumela safuthi,,badumise imoto babashiye lapho..bakhala lapho o siphon no mandla bememeza ,,umshayeli wathi asijikeni madoda kukhona okushodile ,kunjalo lezinto zizosiqhatha ngoba zimemeza nje asijikeni sibuyele kuzo...bafika kubo,akazange abachaphe kanje umandla,ethi yinina lenidlwengula izalukazi,ama gay,nabantwana zikhohlakali ndini senifuna ukusidlwengula labodoti(amngene emlonyeni u sipho) awuthule mandla ukukhulumela safuthi ,ngoba kunjenje nguwena wonke odale lento nxx!!!. Ukube awuzange ubadelele ngabe akunjena.. Thulanike manje nina sifuna nenze lokhu esikufuna lapha kini,sifuna ama pin alamakhadi enu (lapho sebebakhombe ngezibhamu) kusho omunye walabo bhuti ,,aqale u siphon awami amakhadi awasebenzi ahlobisile nje la esikhwameni dear(wallet) bamgaklaze lapho awele phansi,bamhlabe nge (torch) emehlweni elel phansi ,bemkhahlela no mandla bamenze leso ngoba bengafuni nama pin ,bagcina sebebanikile umandla wahlwitha isbhamu komunye ubhuti esandleni,wadubula kabili egeja bambamba ,bamgaklazela phansi,bathi nina sizonifundisa isifundo,sithi siyanixolela kanti nifuna ukusibulala #washo ngezwi lesankahlu# khumulani labo doti,bagoloze,ibaqhumele futhi,bakhumuleke konke ngisho nezangaphansi ,basala benqunu washo longu driver wathi kuyaphela ukusa kusethekwini lana,bayishaya yazula imoto.. Basala bekhala bengazi benzenjani o siphon no mandla lapho akusakhulunyiswana ,sekuyisililo nje,angisayiphathi eyokugodola bayaqhuqha ,bagwaca ngezihlahla manje abazi nokuthi bazoqala benzenjani nje befune usizo benqunu ,bahlale phansi lapho basondelane bazama ukuthi bashiselwe,kodwa bayasola ukuthi kungenzeka ukuthi izinhloso zika nokwazi nje lezi ngoba nguyena obekade azi ngohambo lwabo Usibisi(uyaphupha) hhayi wena phuma mani kuloyomgodi,wothi ngikudonse,naye washo phakathi emgodini ethi uzama ukukhipha u siphon,,waphapha sevuswa ngu mkakhe umasibiya) vuka ubani lothi akaphume baba,,hhayi masibiya ngiphupha engathi ngivakashele emakhaya e Bergville le langizalwa khona engathi sihamba nabafowethu kanye no sipho siyazingela emahlathini akwa sappi ,u siphon wangena emgodini ,mangithi ngiyomukhipha nami ngasho phakathi. Kodwa ngimangazwa elokuzingela nosipho ngoba into angeke nje ayenze ngoba selaphenduka intombi nje.. Masibiya : mina angiyazi nje ngempela into enje,uyadela owaziyo ukuthi lichazani,,,sibisi: mina ngiyazibuza nkosikazi ukuthi kaze bahambe kanjani ngoba bebethe bazofona masebefikile ,kodwa lutho abafonanga sekuyozwakala khona.bazumeke futhi O sipho no mandla baqhuqhumbele kuze kuse babone sekukhanya lapha ehlathini ,,hey ohh thanx god sekuze kwasa ekhuluma eqhaqhazela u sipho ,,mina ngibonga umphefumulo dear noma simabokonya sinje okubuhlungu kakhulu njengoba umuntu enqunu nje usizo singalutholaphi nje,phela we realy need a doctor ohh!!,bahlala ehlathini kwaze kwaqala ukushisa kancane kwaba sengathi bayaphupha ,siphon mngani wami kuzomele sizame ukuphumela ngaphandle,hayibo!! Mandla singayenza kajani into enjalo abantu bazothini nje abantu abanqunu,ngeke nje sisizwe yimuntu,kusho u siphon,,,mandla:you mean sohlala lana forever ,ukhumbule what if leziyagebengu ziyabuya,we must find help dear.. Ngaleso sikhathi unokwazi umenzi wayo yonke lento akabonwa ethekwini ,kuse nje esesekhaya epitoli ,wenzela ukudukisa umkhondo ,,afonele lezigebengu zakhe,,nenzenjani ngempela anibabulalanga??,aphendule umshayeli we maxi taxi,lutho sense njengoba ushilo ,nokwazi: beniwakhiphile kodwa ama number plate emoto?,phela kungaba yinkinga umangabe ngingabanjwa,,sense njengoba ucelile,,,nayikhipha imali yonke emakhadini?,nawasebenzisa ama credit emakhadi abo asezitolo??yebo senze konke okufanelekile....okay nizoyithola mangibuya i share yenu nisebenzile ngempela,ngasho ngathi ngiyoziphindiselela aze abonwe yizwe lonke ,nuka namhlanje ngizoSHADA ngemali yakhe singadlala amadoda phela..seyibuye nenzuzo futhi nangale ka mngani wakhe hawu wadla kwazi kwazi.. Bagudle ihlathi baze bafike ngasekupheleni kwehlathi babone okuzinganyana okubili kwabafana kuhamba ngomgwaqo ,kwazise kulezindawo indawo zama jalidi abantu abagcwele kakhulu .uzwa ngokudlula kwe moto,abantu bathuka beqhamukile Sipho: hey boys come here ,help us please darlings ,,zibaleke izingane zibona abantu abangagqokile ,abafana eyomlungu neyomuntu omnyama,,ziphinde ziqunge isibindi zibuyele ngakubo ,ibuze leyomzulu singanisiza ngani njengoba ningagqokile nje,,,lalela boy sisuka e goli sithunjiwe izolo besize e icc sicela nisifonelele amaphoyisa ,nangempela zifone lezingane asho atheleke amaphoyisa ,athenje efika amaphiyisa zabe sezila imoto zezintatheli,,seziyazi ukuthi amaphoyisa mayegijima kusuke konakele ngempela ,,amaphoyisa abanike izidikwa zezingubo zokulala ezihlala evenini ngemuva .,,nezintatheli azizibekile ukushutha izithombe,,lapho benqunu nalapho sebembethe izidikwa,kubhalwe isitatimende,kuhanjwe kuyiwe esiteshini samaphoyisa.,usipho acele ukuthi afonele ekhaya alubike lonke udaba kubazali bakhe asho nobabakhe ukuthi sekuya ngephupho lakhe,,asho u sipho ukuthi kungenzek mhlambe u nokwazi owenze yonke lento wathumela izigebengu zakhe..,waphika wama entabeni ubabakhe ,washo ukuthi unkwazi uqeda kuphuma nje la ekhaya ubezobamema uyashada ngo October,wacela nozama umngani wakhe azoba yimpelesi yakhe.wavele waluvala u siphon ucingo wasithihla.wambuza umandla ukuthi yini,,wathi usipho kuyaphika mngani wami akusilo uhlelo luka nolwazi lolu,sibanjwe zigebengu nje esingazazi,unokwazi uyashada uzomema umngani wakhe uzama...thula siphon my friend ,ayikho into esingayenza masekunje ,ukuthi nje sihlagane nezimbila zithutha ziholwa nge mhlophe phambili,,sizobuyela emakhaya siqhubekele phambili ngempilo ,unkulukulu uzosinika amandla..nangempela bafakwa evenini yamaphoyisa babuyiselwa e goli ngayo..nangempela ephephandabeni langakusasa babefakwe kwi page ngaphambili ZITHUNJIWE IZITABANE EZIMBILI ZASE GOLI ZIYA e ICC. Iyaphela
Posted on: Sat, 07 Sep 2013 18:34:46 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015