IKHEKHE: Uma iNtombi izoshada, iyahamba iyothenga iKhekhe - TopicsExpress



          

IKHEKHE: Uma iNtombi izoshada, iyahamba iyothenga iKhekhe lomshado. Ukhumbule ave libalulekile eMshadweni, ngaphandle kwalo uMshado awukho. Uma eselithengile, bese liyabhalwa ukuthi lingelakhe. Lona kusuke sekungelakhe, eselikhokhele. Kodwa akanikwa lona, lihlala estolo kuze kufike imini yoMshado. ALIDLIWA INGAKAFIKI IMINI YOMSHADO! Bayangizwa abezwayo, ewe kumakhaza Mtanam kuyabanda abanye sebevumile nalo, ingakho sebeyinto yokukipita ngoba uMfana akasasiboni isidingo somshado ngoba usazi izinto zangale ngala, ungavumi umshado ungakafiki. Noma selikhokhelwe, alidliwa umshado ungakafiki! Umuke waligcina ukuhlonipha aze eyofa lo olithengile! *Ngeke ngithole Amen ke kule status* share: Like.
Posted on: Thu, 15 Aug 2013 18:32:23 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015