IMITHETHO Elishumi OKUMELE IGCINWE YIZIVAKASHI KULO DECEMBER: - TopicsExpress



          

IMITHETHO Elishumi OKUMELE IGCINWE YIZIVAKASHI KULO DECEMBER: 1) Ungalivuli i-fridge lami ungafakanga lutho kulo ngoba asikuhlanganiselanga okuphakathi. 2) Uma uvakashile, fika noplastic kanye negrosa. Ucabanga ukuthi uzodla izinto zikabani? 3) Uma uvakashile yisho ukuthi uzohamba nini, futhi usheshe uhambe ngoba sizogcina singasakuthandisisi. 4) Uma uvuka, cleaner ngoba asizwani namavila kodwa uma u-cleaner ungashintshi lutho ngoba kuyacika uma usukhuthele kakhulu. 5) Ungazithethisi izingane zalapha ekhaya, uma zi-spoiled zikubo, uwena osuke kini weza la kubo - so uzobekezela. 6) Ungafiki namaCDs akho, lapha ekhaya kudlala ezethu kuze kuse noma ungazithandi ungalokothi uzishintshe ngoba sizokubuka kabi maqede sikuxoshe. 7) Ungayi njalo e-toilet ngoba asizwani nephunga esingalijwayele and namanzi ayakhokhelwa. 8) uma uzovakasha wenze sure ukuthi u signer I contract yokuvakasha uphathe I Id,proof of residential address. 9) Phatha zonke izinto zakho zokugeza ,insipho,iphawuli lokugeza, njalo njalo 10) Wenze sure kut besewuhamba nayo imali yokugibela ngoba besingakubizanga.
Posted on: Tue, 09 Dec 2014 04:27:40 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015