Khohlwa izaga zakudala... Sizishaya isimanjemanje kee manje 1. - TopicsExpress



          

Khohlwa izaga zakudala... Sizishaya isimanjemanje kee manje 1. Zofa izinsizwa kosala oJason 2. Guga mzimba lekelela foundation 3. Isalakutshelwa sibona ngama sunglasses 4. Induku enhle igawulwa ku BBM,TWITTER, MY space no whatsapp hhay indaba kamxit wabant abangenamali 5. Indlela ibuzwa kuJohny Walker 6. lishisa likhipha isavannah efrijini 7. Hamba vaselina bayokukwapuna phambili 8. Ithi ingahamba idle iNandos 9. Indlu yegagu ine shower 10. Ikati lilele ehithen 11. Akukho qili lakhotha u-ice cream l0l kwaaaaaax
Posted on: Sun, 27 Jul 2014 13:35:52 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015