Lalelan la nina nonke enedukile ujesu babemphika wayedla elala - TopicsExpress



          

Lalelan la nina nonke enedukile ujesu babemphika wayedla elala ephila ewumuntu njengan wazalwa wakhula phamb kwabantu bamphika nome esenza imangaliso zikaNkulunkulu baqhubeka bamphika bath akusiye wayephila nabantu efana nse nabantu into eyayihlukanisa ujesu nabantu ukuth yena wayembethe ubuNkulunkulu abafaristi baze bambethela esphambanwen ngoba bengafun ukphathwa wuwe kanjalo uShembe angmangali abantu mabemphika bembiza ngomuntu beth ngeke bekhonze umuntu bona kodwa iqiniso lith uShembe uye oyongena ngaye ezulwin baning befa bebuya ngamaphupho bezocela ukunikelelwa kaShembe ngoba bavimbezelekile le phambili nawe njengoba udelela uShembe angingabaz uyoba womunye kwababuyayo bezocela uxolo kishembe ayikho inkolo egcina izwi likaNkulunkulu njengamanazaretha futh ayikho inkolo engaligcini izwi likaNkulunkulu njengama crestu ibhaybheli ayaliphatha kodwa awalifundi angfuni ukusho amahlazo amakholwa Mzungezeni Zonozenja Mgxekwa Zuma
Posted on: Sat, 17 Aug 2013 15:01:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015