MADODA THANDANI OMKENU Ake ngikhulume namadoda uma ekhona lapha. - TopicsExpress



          

MADODA THANDANI OMKENU Ake ngikhulume namadoda uma ekhona lapha. Uthi uThixo thandani amakhosikazi enu. Inkosikazi iyathandwa , inakekelwe, ihlale ijabule, . Lomuntu washiya ikubo nezihlobo zakhe weza kuwe. What a big sacrifice, wena njengendoda ongeke wayenza. Umkhakho ungamkhalisi, sebenzisa ilungelo lakho njengendoda ngokuzithoba. Imisebenzi oyenza ekhaya lakho ayimphoqe umama ukuba akubhawele, akuthobele. Musa ukumphoqa wena kodwa izenzo zakho. If you are a really KING in that house, make sure ukuthi umenza uQueen. Dela konke ngenxa yomkakho. Ikini alize muva, isonto alilandele. Kwi Priority yomuzi wakho akuqale uThixo, kuze Umkakho , nabantwana, nokunye futhi. THE BEST GIFT YOU CAN GIVE YOUR KIDS IS TO LOVE THEIR MOTHER and make her happh all the time. Ungamkhalisi umkakho, uma kumele umsole , msole ngokwakha hhayi ngokugxeka. LITHI IZWI LENKOSI , OTHOLE UMFAZI UTHOLE INGCEBO! Musa ukuzichithela ingcebo uThixo akubusise ngayo. Uma umkakho esebenza umsebenzi ongaphezulu kwakho, moma ehola iholo elingcono kunelakho, noma uThixo emphakamisile, Musa ukuba nomona uzenyeze, lo ungumsizi, uzophakamisa ibama lakho. Msaphothe, msize, ,mlekelele, mgqugqumezele. Madoda thandani omkenu. IZINYEMBEZI ZOMUNTU WESIFAZANE AZIWELI EMHLABATHINI KODWA EZANDLENI ZIKATHIXO! UThixo unethembile madoda ukuba nimmele kahle kulawomakhaya anibeke kuwo. AMEN
Posted on: Mon, 07 Oct 2013 06:02:38 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015