Morning my facebook family, its a very long story but worth to - TopicsExpress



          

Morning my facebook family, its a very long story but worth to read, some stories are so inspiring and good to share ukuze abanye babe neHope on whatever situation they are facing in their lives. These are true stories kubantu engibajwayele nengiphila nabo: 1. These 2 people met at a Mall , they happened to like each other baxoxa, exchange contacts and discovered ukuthi they both got something in common abazali babo bashona besabancane bakhuliswa ogogo. Bathandana bashada baba nabantwana ngoba babefuna ukukhohlwa yimuva bebheke inqubekela phambili. Lesson: Inlife you must never say its over about you noma ngabe ungasenamuntu noma ungenalutho there is always a new good beginning waiting for you. 2. This guy washada nengane ena-18yrs yena ena-39yrs, sonke sasithi istress sodwa, wayithatha wayifundisa, very much involved in church, yazimisela yaphasa yasebenza bashada baba nabatwana now they are a happy family, his wife is doing a Masters Degree this year ungomunye wabaphathi kwenye inkampani enkulu . Lesson: Love has no age its all about goals, ambitions, indlela ingane ekhuliswe ngayo kubo, a parent, a teacher and a church play a big role. 3. If you love sum1 ungabuki ukuthi unani, banjani kubo, usebenzaphi thanda nje ubuyena kanti iqiniso ukuthi indoda iyona okumele ibe yiprovider kumkayo ngokweBible irrespective of 50/50 Law, kodwa sometimes kuye kube nechallenge uma uyindoda uhlangane nomuntu uzitshele ukuthi uzomphusha empilweni kodwa kube uye okudonsela emuva abe ngumthwalo wokungazimiseli nokungayifuni inqubekela phambili noma uzama ukumfundisa akathandi uyamphoqa, umzamele umsebenzi inqondo ayikho lapho kuye noma umzamela ibusiness ungathi uyamkhathaza always respond negatively about the idea, ufuna nje ukuvuka ekuseni, ageze abemuhle aye edolobheni nabangani kuyodliwa ezindaweni ezibizayo everyday. Ezinye izinto ezenzeka eduze kwethu kumele sithole isifundo kuzo noma ngabe zinhle noma zimbi all we have to do is to Observe, Listen & Act ngoba uNkulunkulu usuke ekuphe izibusiso fithu ekuvula amehlo uma ekusondeze kubantu abafana nalabo asebephumelele empilweni but with inspiring history. Nibusiseke nibe nosuku oluhle!!!!
Posted on: Sat, 19 Apr 2014 04:43:00 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015