#Morning_everyone Kwenziwa yini ukuthi iningi labantu abangama - TopicsExpress



          

#Morning_everyone Kwenziwa yini ukuthi iningi labantu abangama millionears kube ngabantu abangafundile. Uzwe kuthiwa uDokotela uhlakaniphile. UDokotela akahlakaniphile ufundile yabona iAIDS ufuna umuntu o #hlakaniphile ukuze ilapheke hhayi o #fundile ifuna umuntu ozothi #think_beyond_ a_book. Uma ungaya kuDokotela unofufunyane angavele akubuke nje ngoba ayikho i #CHAPTER ayifundile yofufunyane. Ufufunyane umuntu ozocabanga athake, acabange #beyond into ayifundele kokhona into okuthiwa i #undertaker kubantu. Umuntu ozibukela phansi uyi #undertaker khona i #caretaker lona obeka umubono kuze kwenqe lona umanithi nizoplana izinto athi what if sishayeka uma uithi asiqale iBUSSNES athi what if abantu bengathengi. Kukhona ama #risk_takers labathi let me die if l die uma ngifa ngife. I laba abangabe nge #talent abathi ngiza ne #talenta bafwethu ngidedeleni ngizo riska la. Uma ngihluleka #ngizohlekwa kodwa uma ngiphumelela #bazoguqa. Umuntu ofunde kakhulu akakwazi ukwamukela ukuhluleka ukwazi ukuphumelela kuphela. Umuntu ofundile ugcoke i suit umuntu ongafundile ugcoke ioverall. Angeke uyakhe indlu ugcoke isuit ungayakha ugcoke ioverall uma ugcoke isuit athelwa upende ubiza imeeting ubuze ukuthi ubani owuwisile le dot ithelwe ubani Uma ugcoke ioverall uyazi kuyasetshenzwa. Into uma uyithole kalula udlala ngayo ngikhuluma ngomshado, ngeskole , umsebenzi , imali . Umuntu okuphume imali yephetsheli nomuntu owinile obekade egembula abayisebenzisi ukufana imali lona ogembulile uyasangana. Uwubheke umshado wakho kungenzeka kube (gambling) uwine, nomsebenzi kungenzeka kube (igambling). Into ofunelwe nento oyifunile angeke uyisenzisa ngokufana. Sinaba sebenzi abafunelwa umsebenzi nabafuna umsebenzi. Sinabantu abalinda umshado nabantu abahlangana nomshado. Sinabantu abawina imali nabantu abasebenzela imali.
Posted on: Fri, 26 Sep 2014 06:20:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015