Nangoke uSam Nyathi ukhipha intombi yake uCharity baya eSandton - TopicsExpress



          

Nangoke uSam Nyathi ukhipha intombi yake uCharity baya eSandton u Charity akafundanga wagcina ngo grade 8 kodwa uqambela indoda amanga uthi ufunda ilast year eUJ wenz Medicine Sebehleli ke e Restuarant, sebephethe ama menu, abuze u Sam awusho ke baby , injani i Chemistry? Charity(nge smile ecabanga ukuthi iwukudla futhi ephakamise ivoice ngokuzethemba) ngiyithanda mayingavuthwanga kahle, ishisa, ibe le cheese bese iba lama chips ke eceleni. (kwaquleka i restaurant yonke)
Posted on: Sun, 28 Dec 2014 12:30:38 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015