Nanti izwi LeNkosi Izenzo 13v 47.......Bazalwane uJesu - TopicsExpress



          

Nanti izwi LeNkosi Izenzo 13v 47.......Bazalwane uJesu wayengalihlobisi neze iBhayibheli ngalokhu ukuthi singukukhanya kwezwe my point here: Wukuthi into esiyikhuluma phambi kwabazalwane kube yinto ngempela emphakathini esiphila kuyo esiyiphilayo...Yes lendlela inde kakhulu but patient is required bazalwane singakujahi uThixo vele azogcine esinikezile khona...Thina bantu abasha sihlushwa yisono esisodwa isono sokwesaba uNkulunkulu uma siphambi kwabantu sikhohlwe ukuthi UNKULUNKULU akathokoziswa wukuthi umuntu uvutha mayephambi kwabantu but uthokoziswa umuntu omkhonza ngokweqiniso nangobugcwele WHAT YOU DID OKUTHOKOZISA UTHIXO.... Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo ukuthi: “ ‘Ngikubekile ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semkhawulweni womhlaba
Posted on: Tue, 05 Nov 2013 13:09:21 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015