Ngcela ukbuza ukuty zisekhona yini izinceku ezingenza njengo - TopicsExpress



          

Ngcela ukbuza ukuty zisekhona yini izinceku ezingenza njengo Mphostoli u Petru zithobe zivumele ukusolwa phambi kwabantu lapho zenze kabi emehlweni abantu,zivume zisolwe inceku esanda kwamukela ivangeli.Galatitians 2.verse 11.wehle nayo.yini le esishintshile manje eyenza kube nabantu who has a ryt 2 rebuke ada ppl publicly uma benze amaphutha endleleni kodwa uma amaphutha enziwe yibo kutatazelwe kucatshangwe isu noma indlela abanga aproachwa ngayo ukuze ba realize iphutha abasuke belenzile,ngaty khona iphutha elkhona eslenzile bazalwane akekho umuntu omkhulu kunomunye enkosini.Jesus did somethng b4 he departed planet earth of which even a slave wil fynd difficult to do.He washed d feet of His disciples and ontop of dt he sat wt His disciples on the table and had a very gud meal wt them John 13.verse 1. wehle nayo.question is?.Jesus The King of Kings humbled himself down to the earth,y did he do dt wt exactly was he Prophesying on to the Next Preachers of the Gospel.can we see that humblenes kwinceku today,can we sit wt them sidle nje etafuleni elilodwa,siphuze amanzi awodwa if kuyi mineral kube yi mineral kubo bonke abazizwa bomile.y abanye kfanele bancenge kwi tap water ingabe isafakwa ngisho e frijini ke atleast.angkhumbuli ukuty kukhona kwi scripture la uJesu inkosi yamaZulu owayekhona umhlaba ungakasekelwa edla okuhlukile kunokwakudliwa abantu.kodwa ngimbona edla nabo ngisho esevukile kwabafileyo.John 21.10,11,12,13.John 24.30.ngguna ongangchazela ke kahle ukuty ubani omkhulu phakaty kuka Jesu nezinceku zakule generation yethu.
Posted on: Wed, 10 Jul 2013 16:29:41 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015