Ngicela ipeni nephepha ngimbhalele, Le nkondlo - TopicsExpress



          

Ngicela ipeni nephepha ngimbhalele, Le nkondlo ngimhayele Sthandwa uthando lakho #lungengamele, Noma ngisezingubeni #ngizilalele, Kumbe sihlezi namajita #siziblomele. Sengahlala ngicabanga #ngawe, Ngicabanga lelo langa mhla sishada mina #nawe, Lapho siyomema #izinqalabutho #namaqhawe, Ngisho ooSbo #Mbutho from #eMandawe. Ngicela ipeni nephepha ngimbhalele, Le nkondlo ngimhayele. Uthando lakho babes luyangizoboza, Ngivele ngizwe igazi emithanjeni ligobhoza, Ngikucabange lapho usukhophoza, Usondelala nami ngisondela, imizwa izenzela. Hayi yithi ngingajuli, Phela la kukhona izingane ezingakakhuli. Ngicela ipeni nephepha ngimbhalele, Le nkondlo ngimhayele Ngikuthanda ngoba uyazihlophela. Omncane nomdala kuyazifanela. Ngoba bonke uyabathobela. Nasesikoleni uyaziphasela, Futhi ngaba ngyakusukela, Mangingathi wake wangidelela, Noma wangigolozela, Even if ngishelela, Uhlala njalo ungixolela The and care u gv to me means a lot. In ada words you are my #nurse, Cos u chase away all the, #stress, And bring back hope and #happiness Kusawu Sizwe Imbongi engenapeni.. Enjoy your day bantu, iyanithanda le mbongi eyimi
Posted on: Sun, 12 Oct 2014 09:27:15 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015