Ngicela ungifihle admin,nginenkinga lana ngilaxazwe ubf wami - TopicsExpress



          

Ngicela ungifihle admin,nginenkinga lana ngilaxazwe ubf wami weminyaka emibili ngikhulelwe ngino 15 weeks manje.Ubuthongo abusehli ngicabanga nokuzibulala ngenxa yokuthi usengenzele ngisho incwadi yokuthi ngingasondeli eduze kwakhe futhi ngingamfoneli.Ngifuna ukusikhipha nami lesi sisu ngoba uthi akanankinga nengane yakhe angibomtshela mase ngitetile ,manje ke nami ngifuna ukumlaya ngisizeni zihlobo zenkosi ngendawo engingaya kuyo noma ngezinto engingazisebenzisa kungaze kube late kakhulu ngikhiphe lombungu ngikwazi ukuqhubeka nempilo,ngazise uma usupostile ungakhohlwa ukungifihla
Posted on: Thu, 07 Nov 2013 05:20:20 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015