Ngisukuma nokuphendula yonke imibuzo eninayo bangan bami 1. Yes - TopicsExpress



          

Ngisukuma nokuphendula yonke imibuzo eninayo bangan bami 1. Yes Ngiyashada 30 August no Mvangeli Magejageja 2. Yes nginebandla engilalusile I Kingdom Life Ministries Int eChesterville. Emva komshado nothing will change ngizoqhubeka nokuba uMfundisi hhai uMam Mfundisi 3. Ubaba ULuthuli uzoqhubeka abe uMvangeli aqhubeke neOutrich Ministry yakhe..angeke abe uMfundisi wase KLMI but uma engekho ezintabeni ukuyolanda imphefumulo uyokhonza kanye nathi eKLMI as a member. #mhhhhh# 4.Yebo kulula ukumthobela ngoba he shower me wth love. #akuthobeki la ungathandwa khona#truth be told. Usakhona umbuzo bangani ngiready nezimpendulo.
Posted on: Fri, 22 Aug 2014 08:12:56 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015