#PowerHour between 5 & 6am #ShareYourLifeChallenges : From - TopicsExpress



          

#PowerHour between 5 & 6am #ShareYourLifeChallenges : From Thabani Buthelezi eStanger - Sawubona Ndoni,ngifisa ukuqinisa abantu abaqeda uMatric bese bengakhoni ukuqhubeka nemfundo yabo baze bafise ukuzibulala, mina ngaqeda uMatric ngayosebenza eMandeni emafemini ngihola imali engu R300 ngeviki, ngazama yonke into trying to further my studies but akukho okwakuhlangana. Angiphelanga amandla, angivinjwanga nayi Age,nganqonqoza ngaze ngathola iBursary ngo 2012 ngayofunda, abantu behleka bethi sengimdala, ngiqede last year iBusiness Management. Ngenza neLicence ngayithola, Now senginento esandleni, sengyakwazi nokufuna umsebenzi with confidence, even though ngakatholi ndawo but ngfundile ukuthi impilo eyalabo abaphikelelayo. Thanx Ndoni. Wow Im loving this testimony, ikhuluma nawe yini, share your story nawe ufike kanjani e tertiary after matric was it easy?
Posted on: Wed, 16 Jul 2014 02:33:01 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015