Ring ring u private no. Zodwa: hello?.. Private: yebo unayo - TopicsExpress



          

Ring ring u private no. Zodwa: hello?.. Private: yebo unayo iboyfriend? Zodwa: Yes I do have1, wena wubani? Private: Yimina uyibaba wakho ngakubamba sowuqomile lapho evarsity iyonanto engikfundisela yona leyo? Sobonana ekhaya!(aluvale ucingo) A few minutes later… Ring ring, again uprivate no. Zodwa: hello? Private: hello unayo iboyfriend? Zodwa: no anginayo Private: wow ngakubamba ke baby kanti awungithandi uyangiphika kwanye abantu udlala ngami? Zodwa: no no no sorry its my stupid dad odale lento ubefonile ngeprivate, sorry my love. Private: Ok can we meet 2nite? Zodwa: yes love anytime. Private: Ya kusayimina ubaba wakho bengifuna ukubona ukuthi usuqomile ngampela ungibiza nangesilima ngikuzala lwabishi sohlangana ekhaya! Wabanjwa gundane. Nibe nemini emnandi bangani
Posted on: Fri, 06 Sep 2013 06:32:02 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015