TO ALL MUSICIAN Yazi iqiniso ukuthi ungacula kamnandi ube - TopicsExpress



          

TO ALL MUSICIAN Yazi iqiniso ukuthi ungacula kamnandi ube nabalandeli kodwa as long as i character yakho ibheda u 0 loyo talent =1% character=99% following things eziwisa abahlabeleli 1.pride-inkwenza uzibone umkhulu kunabobonke abantu kanti sokungukuwa kwakho. 2.ukuzitshela- ukungahloniphi abanye abantu nokuziphakamisa uze uphakamele nosomandla. 3.ukubukela abanye abantu phansi uzibone uncono. 4.to entertain-ucula i gospel kodwa awuyiphili. 5.ukuba uzwi lakhe- awulaleli abanye abantu ufuna kulalelwe wena kuphela u dnt wana grow. 6.to be a celebrate-le yiyo ewisa abaningi mawungumntwana kankulunkulu awulona i celebrate kumele kuphakame unkulunkulu wena uyehle. 7.to misuse your talent-ngoba sowungumhlabeleli ubona kahle kuthi bonke labosisi abakho or labo bhuti abakho bese uyagula ufe. 8.to not maintain your dignity mawungumhlabeleli ungukukhanya kwezwe abantu bazokubheka bakunake yonke into oyenzayo u a public figure nje masowuvelele nt uyi celebrate kodwa uvelele thefore its important ukuthi ungabhali noma yini kuma social network always wena utholakala ezindabeni ezimbi makukhulunywa ngemijolo ukhona,ngama mistakes ukhona u must maintain your dignity ube yisibani NOTE: awuphakanyiswa yi talent but your character is everything ukuthobeka kubalulekile most importantly Practice what you preach amen.
Posted on: Wed, 30 Oct 2013 07:41:28 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015