UMUTHI / IYEZA Zingane zakwethu, ake sixoxe kabanzi. Bosisi nani - TopicsExpress



          

UMUTHI / IYEZA Zingane zakwethu, ake sixoxe kabanzi. Bosisi nani bobhuti, ngabe ukhona osewake wadlisa intombi noma isoka lakhe? Ake nichaze kubanjani musumdlisile? Luyanhluka, uyathithiza uba kephi nje umehluko obona ngawo ukuthi iyeza lakho liyasebenza? Bobhuthi/ bosisi, wake wadliswa? Yini eyahluka emva kokuthi usudlisiwe? Wawusibona sinjani isithandwa sakho emva kokudliswa? Selikhishiwe idliso uma lagcina likhishiwe, wawumbona enjani? Uthando lwakhe lona lwabanjani emva kokuphuma kwedliso noma kokulashwa? #Mathamnandi :p
Posted on: Fri, 27 Sep 2013 14:01:12 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015