UNdosi uphethe imali engango 1million Rands. Athembise ukuthi uma - TopicsExpress



          

UNdosi uphethe imali engango 1million Rands. Athembise ukuthi uma nje kungaba khona umuntu ongangena kwi Swimming Pool egcwele izingwenya, abhukude aze aphumele ngale. Uzomunikeza le 1million Rands. Nangempela abantu bame basabe,,,, kuthe kusenjalo kwezwakala Bhuuuuu phakathi emanzini,,,,Hawuuuuu bamangale bonke abantu!!!!!! Ubani lona onesibindi esingaka!!!!!! UMkhize waseMlazi,,, akabhukudeli ukufa nokuphila!!!!nezingwenya zavele zadideka zamuqhelela wabhukuda waze wayophuma ngale!!!! Kuthe uma efika ngaphesheya,,,,weza uNdosi ephethe imali wasethi Mkhize ndoda yamadoda, lemali yakho uyifuna CASH noma ifakwe eBANK? Lapho ewuMkhize isikhiphe amehlo asebomvu, ithi Angifune mali yakho mina, ngifuna lenja engiphushile
Posted on: Thu, 07 Aug 2014 11:43:21 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015