Ubhudi nje osekhulile wayesehlale 3 year engasebenzi kodwa enawo - TopicsExpress



          

Ubhudi nje osekhulile wayesehlale 3 year engasebenzi kodwa enawo ama qualification. Wabona ukuthi impilo yakhe inzima. Waqala ukunikela impilo yakho ku Smakade. Wakhuleka wa fasta. Wayehlala emkhukhwini , engena mali yokudla. Engena mali yoku thenga ingubo. Khepha lokho akumhlukanisanga no Thixo wakhe. Kwathi nge Sonto ehamba edlolobheni wabona I AD yo msebenzi ephepheni. Washo ngenhliziyo wathi , this job is mine. Weboleka imali ko makhelwane eyoku typer I CV yakhe. Wavuka ekuseni wahamba ngenyawo eyofuna umsebenZi lo. Ma efika e receiption , usisi osebenza khona wambuka wamhleka. Wathi cha Bhuti uyaykhohlisa ma uthi uze kwi interview igqoke kanje. Umfana akalilahlanga ithemba. Imanega yafona yathi , abantu abaphandle abaze ku interview mabahambe bajike ngakusasa angeke ngisakwazi ukufika. Baphuma bahamba. Umfana wayekhathele. Wasethi akaphumule okwe skhashana ngaphandle kwe gate. I manager yafona again yathi , akekho umuntu okhona lapho. Usisi wathi ukhona omunye uBhuti ongcolile ohleli ngaphandle angazi ukuba ulindeni ngoba ngimtshelile ukuthi maba jike kusasa. Umaneja wathi umvulele angene ngaphakathi sengithole I call kusasa ngiya e China so ngifuna ukumfaka kwe intrview. Yangena imaneja yakhuluma nale nziswa. Yambuka yathi , I dnt care about your clothes , I dnt care about the shoes that you are wearing. The Job is yours. You are starting tomorrow. Yasibuza le maneja , une licence , cha anginayo Baba. Ok ngizokhokhela zonke indleko zakho ze licence. Here are the keys for your company house. Here is R10 000 go and buy new clothes. Zehla inyembezi kule nsizwa. Yezwakala ikhuluma amazwi aku PSALM 59 vesi 17 To You, O my Strength, I will sing praises; For God is my defense, My God of mercy. Someone pliz shout AMEN.goodnyt
Posted on: Wed, 27 Nov 2013 19:47:33 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015