Uyinja! Mina ngisajola no (name removed) awukaze ufake even one - TopicsExpress



          

Uyinja! Mina ngisajola no (name removed) awukaze ufake even one picture sethu sobabili. Kodwa njengoba esejola nalo nondindwa uze wamfaka kuma dope couple. Kade ngabona ukuthi vele kwasekuqaleni wawungangifuna. I am unliking your page and blocking doti ndini My morning inbox: Angisazi ke manje ukuthi ama likes ami avusa isikhwele esikanje! Manje mina ngihlanganaphi? Girls LEARN TO MOVE ON bo sweety. Dont hate isi Aramu sa Thixo u-Cosmo for ntebheda kanjena. I know if umuntu uhlukene naye and yena esenomunye umuntu and bebukeka be dope n fly kuyavuka lokho ukuthi that was my person. Musani ke ukudubela kumina cos I am not marriage cancelar or car ncela or whateva, ngiphathiswe ama likes kphela!
Posted on: Thu, 10 Apr 2014 06:18:57 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015