sizani bakithi amanzi angena endlini! Nginothise recently nje - TopicsExpress



          

sizani bakithi amanzi angena endlini! Nginothise recently nje ngale obsession enginayo ngoRebecca Malope. Asikho isithombe sakhe engingenaso ku cellphone ne p.c. yami. i hair cut yakhe iyangihlanyisa sengicele nentombi kuthi ikhiphe lamasimba wama weaves naye enze le cut. manje i social life yami its affected manje ngoba nangamaTuesdays angisaphumi endlini ngilinde i its gospel ukuthi ngikhone ukudonsa i draad magimbona live futhi uma ethi halellujah ngivele ngichame chami chami okwabesuthu. Nesikhwele sesibhokile ngoba ngivele ngisangane mangimbona namaBishops and gospel artists and no cc angisamnaki kahle ngoba ebesuku I spend hours on the internet googling her scandals, love life, is she a virgin, izithombe nokunye okuningi. I am so close ukuthi ngibe yistalker manje. sizani bakithi ngicoshe le dimoni. @unduku_enangesithup­ha ~Dlomo
Posted on: Thu, 31 Oct 2013 20:59:17 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015