Ei....sh bengingazi ukuth mawusuhlukane nentombi yakho usuyisitha - TopicsExpress



          

Ei....sh bengingazi ukuth mawusuhlukane nentombi yakho usuyisitha kuyona..... Izolo ngyohlangabeza intombi yam eTown, ngizoza nayo ekhaya, ngabonwa iX-yam yakudala.... Lena eyim yavele yangena eWIMPY ngathenge yonke into emnandi esizohambanayo nowakwam, kant iX-yam iyangbona futh ngithenga.... Hhaiy lena eyim ijabule kant bengsuse wonke amaMssg angasixabanisa uma ngineNtombi yam, sifike ke ekhaya nezakwam, ngishiye ifone embheden ngenkulu inkululeko.... Sathi sekumele silale nontombi yam engakaze nglale nayo ngezwa ngeMSSG frm my X girlfrnd, yath mazisi izolo ngishiye ubody wam wamabele sacele ungbekelo wona ngzowlanda kusasa ntambama yath intombi yam mazisi bby, kant sibawngakhi kuwe ngoba nansi iMssg kabody isho okunye, ngavele ngangaz ukuth ngingathin ngaleMssg ei...sh!! Ngyabonga shame ngama X, angakuchithela umshado wakho #My-Xgalfrnds_its_OVER_nxe!
Posted on: Sat, 05 Jul 2014 07:01:03 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015