Hello admin Ngicela ufihle igama bese uyiphonsela - TopicsExpress



          

Hello admin Ngicela ufihle igama bese uyiphonsela phakathi.ezinyangeni ezidlule ngahlangana nendoda kule page.mina ngise Port Shepstone yona ise Durban.besiloko sixoxa nge fb nange watsap sagcina sesifowunelana.last week friday ingibizele kubo ethekwini ngaya.aicha bakwethu yazi abantu base Durban hlezi bezenza abantu abasile abaphuma eyindaweni ezikahle nezifebe zakhona ngihlala ngizibona zichoma kule page kanti zichoma ngo zero into engekho.umfana wakhona uhlala kwamakhutha kubhoshwa esgangeni amanzi akhiwa phandle ekudeni kunompompi la ekumiwa khona uline indawo yakhona nje ngathi kusemafama yazi angidlanga nokudla eloko ngahamba friday khathi bengibuya namuhla uyabhosha ngenzansi nomunye uyabhosha ngasenhla aicha bandla ezinye iyindawo kunzima. Ungezwa ke izifebe zakhona zichoma lana kuma page kanti zibuya emafama njalo zizitshela kuthi sise Durban oswayin.naleyondojana yakhona sengiyiblockile ingithatha kancane moss. ~Dlomo
Posted on: Mon, 14 Jul 2014 13:34:02 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015