Plz hide me nd post it for me. Guyz ngnenkinga Knobhut - TopicsExpress



          

Plz hide me nd post it for me. Guyz ngnenkinga Knobhut bekangshela for long tym. Azange ngamqoma kthe sengiqala kumthanda wavele washona ngezi 20 June ade simncwaba ngomgqibelo. Manje inhliziyo yami ibuhlungu ngendlela exakile. Ngyile kuFuneral cz bengizitshela kt ngzoba ncono kukhala bt abukho ubuncono ku worse manje. Bengthanda nd ngolunye usuku wath KYOMPHATHA KABI KUT NGBONE SEKU LATE KUTH BEKANGTHANDA NGAMPELA. ND NAMIKE NGBONE LATE KT BENGTHANDA 4 REAL. KANGANGOBA USUKU ENGANGITH NGZOMTSHELA NGALO KT AKESIZAME KUT STHANDANE IT WAZ 15 JUNE. NGA DIAL INUMBER YAKHE EFONINI NGANGICABANGA KUMFONELA NGIMTSHELE BT KWABA KHONA INTO ENGIKHUZAYO NJE KT NGIMFONELE. DEN NGAYEKELA NGAYTSHELA KUT NGZOMTSHELA NGOLUNYE USUKU. WANGFONELA MHLAKA 17 JUNE ATH akulaleki nd knento eth akangfonele angtshele kt uyangthanda, yaz ngavele ngaxakeka nd ngahleka, wafona ngabo 2 ekseni. Ngakasasa azong checker njengenjwayelo. Nangosuku ashona ngalo wafika ft. Sahlukana kukuhle kungekho lutho bt into ayishoyo wath uyangthanda nd alwyz yohlala angthanda. Wathi usayolala cz akazizwa kahle uphethwe inyongo,. Wahamba ewumuntu ozongbona ngaksasa if esebuya emsebenzini. Sahlukana ngabo 18, 15 kanje. If sebesho kthiwa washona ngo 19,20. Wawa washona ade ephalaza. Ngaksasa ngdlula ngakubo ngimfonele ucingo lwakhe lwaluvaliwe bt baluvule ntambama ngifone ngfuth cz ngangfuna kumtshela kt sengyamthanda bt lwaphendulwa ucc wakhe engtshena kuth ushonile lomunt engimfunayo. Ngyile emncwaben sartaday bt namanje kubuhlungu. Kummanje ngyakhala cz i realy lv him nw. Nd ngyamphupha manje,UTH ANGEKE KSASIZA UKUMTHANDA KWAM MANJE CZ YENA AKASEKHO. Ngsizeni zingane zakwe2. Ngyaxolisa kwabazong2ka nabazongedelela... Even nw i realy mic him... **Nonhle Dee**
Posted on: Tue, 02 Jul 2013 04:44:02 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015