UMajola inkonzo yasekamelweni uyibiza ngephone uma, eqisela - TopicsExpress



          

UMajola inkonzo yasekamelweni uyibiza ngephone uma, eqisela izingane zakhe. Abize uSthe Majola: "Mfana hamba uyotshela unyoko ukuthi ngifuna ukwenza iphone call." Mfazi: "Mtshele kuthi ngeke ngidlale yena angisebenzisi u-call per second mina." Majola: "Mtshele ukuthi i-long distance call and ngizohlala ocingweni." Mfazi: "Ayikho i-network and okokuqala nje amacalls akhe a-cutter esabingelela nje."... Majola: *esecikekile* "Ngizosuke ngiye kuma public phones phela." Mfazi: "Hamba nje wena nami ngizosale ngivule i-call centre la." Majola: "Hayi engathi umuntu wathenga iphone endala la." Mfazi: "Uqinisile ingakho nje ingasayi readi ne sim card yakho
Posted on: Thu, 05 Sep 2013 06:41:25 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015