Ake ngibonge naba omama ababili empilweni yami engangizwa kuhlale - TopicsExpress



          

Ake ngibonge naba omama ababili empilweni yami engangizwa kuhlale kuxoxwa ngabo kunomama owafundisa ingane yakhe akha izinkamba(incazelo izinkamba imbiza yokuphuza utshwala besintu yenziwa ngobumba(ubumba is a clay soil)wayenza izinkamba endaweni yangakubo azithengise wayezenza kahle ukuthi nama competitors akhe angamehluli,ukuze indodakazi yakhe ifunde enyuvesi,ithe isifundile ngoba umama wayo wayeyibhinca isi graduator lentombi ayimbizanga umama wayo ukuthi azoyibuka imbatha ijazi lobuthishela,wezwa ngabanye bendawo kuthi enyuvesi thizeni kuyembathwa abantu abangene ngonyaka thizeni,lomama wanikela khona kwamenyezelwa ophumelele ngamalengiso,kwathiwa ingane yalomama,wasukuma lomama oybhinca wagiya wathi indodakazi yami,yathi lengane ungazongihlaza ungowaphi wena bhinca ndini,lomama wayefake ibomvu ebusweni neziqhaza nesidwaba,nezimbadada,lomama wahamba wabuyela ekhaya eswabile u cc akazange awuthole umsebenzi lomama elokhu ezenza izinkamba Umfana wafundiswa umama wakhe ecosha amabhodlela namathini edolobheni elikhulu emzansi,yafundindodana yaba udokotela,lomama wagula waphathwa isifo samakhaza,wayelashwa njalo ku surgery yalomfana,ukuze alulame,lomama langalimbe wagula kakhulu esegulela ukufa ,wathi kulomfana ndodana yami ngigula nje ingoba ngangithanda wena ukuthi ufunde ubaba wakho angimazi wakulahla wathi awusiye owakhe,namuhla usukhulile ndodana ube no nksz isifiso sami ileso,lomama wahamba nendodana yakhe wayobonisa umama wakhe indlu amakhele yona emakhaya ngoba umama wayengaythandi impilo yase dolobheni as wahlala kuyona kakhulu,lomama wangena kulendlu wathi NDodana ngiyabonga nami senginomuzi wami okungowendodana yami engaykhulisa ngedwa,mntanami ujehova akubisise,yathi indodana ujehova akwandisele wena mama ngothando lwakho Alukho uthando oplufana nolukamama,@ ths hour ngithi kunina nonke asbathandeni abazali bethu kulokhisimuzi sibanike ithemba sibatshele nokuthi siyabathanda kangakanani From me Sukazi I love u all guys
Posted on: Tue, 21 Oct 2014 16:41:31 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015