Hide me Ngingowesilisa ngishade last year nowesifazane - TopicsExpress



          

Hide me Ngingowesilisa ngishade last year nowesifazane sinabantwana abathathu naye Nginenkinga yokuthi nginengane eyodwa endala engaythola ebunsizweni bami manje umkami akayfuni nokuybona uma isivakashele emzini wethu akaygezi akayphakeli ukhetha ezakhe kuphela ize yenzelwe imina if ngimbuza umfazi uthi yena wayengekho lapho ebusheni bami yena ngeke egezane nezingane zabanye abafazi Manje lento ave isixabanisa ingane yami angisazi kuthi uma ifuna kungibona kmele ngenzenjani nd lento isingenze nje ngangamthandisisa lomfazi and if eqhuba kanje ngeke uphele lonyaka singa divosanga Bengicela ningiphe ama advice y abantu besfazane bengazifuni ingane zethu esithole ngaphandle Ngyabonga Admin usho uma usuposile
Posted on: Mon, 09 Sep 2013 19:09:24 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015