Inkosi ingisize ingiphe umfazi oyoxazulula izinkinga zethu nami - TopicsExpress



          

Inkosi ingisize ingiphe umfazi oyoxazulula izinkinga zethu nami hay nabangan bakhe,umfaz ongasoze angiqhathanise namashende akhe or Ex or icrush yakhe bt who will take me as I am,umfazi oweneliswayo ongazicabangeli yena yedwa in terms of imali,futh she mus neva b obsessed wit money coz iyaxabanisa,umfazi ongasoze nangelilodwa ilanga axoxele umngan wakhe wesilisa or omunye umuntu wesilisa noma ngabe basonta naye ngezingxabano nezimpi zethu ngoba yey a shoulder to cry on becums a dick to ride on,anginandaba nobuhle bangaphandle bt uma nje uGod engiphe umfaz olalelayo onenhliziyo engafan neyendoda ozaziyo ukuth uwumuntu wesfazane kuyobe ngiwinile,angabi nojamu bt angabi unqavunqavu kaqekethwayo onenkani ongalawuleki,azi ukuth ukufunda kwakhe kumele kusisize futh kusenze siphumelele sonke hay ozofuna ukusebenzisa ukufunda kwakhe as a tool to show ukuth ungconywana kunami alibe ezama ukuprova ipoint elingenasdingo,angimfun umfaz obukela phansi indawo yasemakhaya ebe ezalelwe khona emakhaya edolobhen waya ngokuyofunda,umfazi obingelelayo muhle zingakhali ngempakamo kumkami izalukazi zendawo,mubi umfaz ongafoni kuhleze kufona indoda bt efonin yakhe kuhleze kunama-recent outgoin calls,unamasimba futh ofona ngesdumo ngoba exakwe into thizeni esefuna ukuth wena ke yeka kwasani unake lesimo sakhe bt akafoni makumnandi akujabulise nje coz amadoda ajatshuliswa ubala ke bandla,angimfun ozongithanda kakhulu mhla nginemali bt mhla ngingenayo sixabana njalo n angabi naskhath sam,angangiqhathanisi nendoda kamngan wakhe uma yenzele umngan wakhe smtng thou nami ngzama. Okokugcina angimfuni umfazi ohlala ngokugxeka akuqede ukuzethemba n all ...tholukuthi ngiyanconywa almost evrday out der bt yena z busy mockin me frequently n criticising almost evrytng I do bt uyazincoma izinto zabanye abantu besilisa nezingathi shu nje kodwa kwena ave kunzima ukuncoma a single obvious tng bese yena e-demanda ukunconywa in evrytng ...ikhotha eykhothayo ..u scratch my back I scratch urz.. Quid pro quo! Amen!
Posted on: Wed, 06 Aug 2014 05:14:12 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015