MOTIVATION namuhla ngifuna sikhulume ngoku bekezela - TopicsExpress



          

MOTIVATION namuhla ngifuna sikhulume ngoku bekezela (patience) yabona empilweni ayikho into ebaluleka njengokubekezela... Uma ufuna impumelelo u work hard ube nokubekezela ngoba into enhle ayizi kalula.... Kunesosha la lalisishaya isibhamu kuthe 1 day lakhetha ukuyeka ukuba isosha laphindela ekhaya ngenxa yokuthi ozakwabo base befa kakhulu emasosheni.... Uthe esendleleni ebheke ekhaya wahlaselwa amadoda amane ehlomile amdubula athatha imoto ashaya achitha.... Walulwa ukubekezela yena wazama ukubalekela ukufa kanti imanxa eyozifaka ekufeni..... Usemshadweni, usothandweni, ucabanga ukushiya ei hlala lapho ukhona kubi lawuya khona nabanye sebedlulile khona... Ucabanga ukushiya emsebenzini ei kubi kulo oya kuwona hlala lapho ubekezele bazokunyusa uma isikhaty sesiryt..... Bekezela ukuze uphumelele... It tyks more thn 12 yrs 2 reach ur goal kodwa uma unokubekezela uyafinyelela. Noma bekukhuluma kabi, beqamba amanga ei bekezela ukhona umkhululi nawe uzophumelela.... Ake sithi power bese siyabekezela #small (inamandla)
Posted on: Fri, 08 Aug 2014 05:08:22 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015