Mrng frnds and family,unkulunkulu emuhle ekuseni esasigcinine - TopicsExpress



          

Mrng frnds and family,unkulunkulu emuhle ekuseni esasigcinine kwaze kwashaya lekathi inyama isahlangene nomphefumulo,zithandwa khumbula bengasikona ukwazi or ukuhlaka nipha kwakho kodwa azi ukuth unkulunkulu usane nJongo ngawe...! Namhlanje ngifuna sike sibheke lapho esikhona ukuthi kungabe kusifanele yini or wenza izinto ongazithandi ngoba wenzela ukuphila or okwenzayo uyakwenza ngoba ugenia somethng khumbula kubalulekile ukwenza into ngoba uyithanda ukuze ekugcineni unga blame muntu.ezama or efuna sikuqonde wonke umunt unomsebenzi abekelwe wona emhlabeni ngoba sonke sazalwa nezibusiso zethu akekho owazi ukuth omunye umunt ubusiswe ngani only god knw dat! Wena kumele ukhuleke ujule ucele kujehova akumbulele ubizo lwakho ngoba sonke siphathisiwe noma ngathiwa wena ukwazi ukukwenza konke kodwa azi ukuth imisebenzi esiyenza emhlabeni iyo esiyakuhlulelwa ngayo #namhlanje awubheke indlela ohamba ngayo or owenza ngayo ukuth infuture or ekugcineni ilingile yini#abantu abamsabi unkulunkulu ngangokuba abanaki or abanendaba nokuth ufunani ngabo #khumbula siphathisiwe futh akekho owazi ukuth omunye umunt uphathisweni enza okufanele ungezwa ngomunye umunt futh ungenzi ngoba wenzela umuntu ngoba ukulunkulu uzokwembula phambi kwabo labant obaprovelayo kodwa uhlula uprovela umdali wakho ukuth y kumele abusise,khumbula isandla sakhe asifinyeziwe kwabacelayo,ngakho cela ngokuthemba khuleke ngothando nangokholwa ngoba yena uyalalela imikhuleko futh ubona ekujuleni kwenhliziyo, khumbula uzoba wedwa embuzweni ngelinye ilanga bayobe bengasekho ozama ukuba provela and into ebalulekile onga provela ngayo umunt wasemhlabeni ukuhlonipha coz unkulunkulu sonke emhlabeni ufuna sihloniphane sithandane..#god love us all nathi asithandane as ujehova efuna lokh
Posted on: Mon, 01 Sep 2014 03:42:06 +0000

Trending Topics




© 2015