Ngangiysoka kdw mnj sengyasongwa. Ngikhumbula ngezkhathi - TopicsExpress



          

Ngangiysoka kdw mnj sengyasongwa. Ngikhumbula ngezkhathi zami,,lapho engdlula khona kwakukhala wonke umuntu kukhala izintombi kukhala abomakoti kukhala nezinsizwa imbala,,kwazise phela phela ngangishaya kwasani ngingasoMAGEZA AMAHLE kdw. Phela izntombi zazkhala ngoba zingthanda omakoti befisa ukbuyela ebntombini ngoba bengfuna,,iznsizwa zazkhala ngoba zazinomona,,kwazise phela ngangysoka mnj sengyasongwa.. Ngangyisoka mnj sengyasongwa. Phela njalo mengdlula imilomo yayzvulekela amathe ezphumela kocc. Ngoba ngangconsisa amathe ezntombini ngezkhathi zami. Kanti eznsizweni ngangyiphunga lomzondo ngoba ngenxa yomona. Ngangiysoka mnj sengyasongwa. Yimi lowo ngangeshe ngeshelwa phela eznye zazdela amathambo zifuna ukubanami,,heeeh ngangdume yezwa na. Ngangyisoka mnj sengyasongwa. izntombi enganazo zidinga icalculator,,phela angsakwazi ukuzbala nje ukthi zazngakhi. Ngangyisoka mnj sengyasongwa. Hheeeeeh sekuyimi lo osenje. Yimi loh osewagodola kunela,,buka nje senghlezi ngmbhethe ijazi. Yimi lo osewa songwa ngengubo kanje,,yimi lo osewaba mncanyana kanje. Yimi lo osewanyanywa wumunt wonke. Yimi lo owapheshulwa wumoya knj. Waze wangenza nculaza. Ngangiysoka mnj sengyasongwa. Angkaqedi no 40yrs bt senthi ngezikhathi zam,,ngazengafa ngphila mina kababa. Dadewe2 ngdlulisele i4ne ng4nele bonke abebengthanda ngadlala ngabo,,ngfuna ukxolisa ngokbabulala bephila. Dadewe2 ngdlulisele amaphilisi ngphuze. Dadewe2 ngbizele umfundisi azongthndazela nghambe nggoduke ngiye ezulwin. Dadewe2 tshela umphakathi ngami. Ngangyisoka kdw mnj sengyasongwa. Im not a poet n indid im HIV NEGATIVE,,bt seeing ukufa kwabantu bebulawa yinculaza n uhulumeni we2 awsizi ngalutho ukqeda lecc4,,,,so masoka qaphelani iyabulala le way. Ninge2ki bangani bam,,ngfikelwe wukuthi ngbhalestatus nje nostrings attach,,nilale kahle bangani nonke,,i love u all.
Posted on: Fri, 25 Jul 2014 18:21:49 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015